| [00:34.75] | Seng'ze ngasha nezwi ngimemeza |
| [00:39.87] | Ngimemeza |
| [00:43.32] | Kodwa akekh' osabelayo |
| [00:46.51] | Sengize ngasha nezwi ngimemeza (oh ngimemeza) |
| [00:51.61] | Ngimemeza (oh ngimemeza baba) |
| [00:55.64] | Kodwa akekh' osabelayo |
| [00:58.06] | Kodwa makumemeza bona hhayi |
| [01:03.62] | I'm always there when they need me, |
| [01:06.62] | They need me, they need me ngiyasabela |
| [01:09.84] | Kodwa makumemeza bona hhayi |
| [01:15.22] | I'm always there when they need me, |
| [01:16.57] | They need me, they need me ngiyasabela |
| [01:20.03] | We bafethu kanti yini eyanenza ningasabeli |
| [01:27.73] | Eyanenza ningasabeli mangikhala nami |
| [01:33.63] | Bengithi izandla ziyagezana, ziyagezana |
| [01:39.28] | Bengithi izandla ziyagezana, ziyagezana |
| [01:45.25] | Oh kanti nginamanga, nginamanga, |
| [01:47.69] | Nginamanga, nginamanga ngiyazikhohlisa |
| [01:50.84] | Oh kanti nginamanga, nginamanga, |
| [01:53.59] | Nginamanga, nginamanga ngiyazikhohlisa mina |
| [01:56.47] | Ngingamane ngithemb' itshe, kunokuthi ngithembe umuntu |
| [02:00.78] | Ngoba umuntu uzokujikela ebusweni njengotshwala |
| [02:07.98] | Ngingamane ngithemb' itshe, k'nokuthi ngithembe umuntu |
| [02:14.41] | Ngoba umuntu uzokujikela ebusweni njengotshwala |
| [02:20.13] | Oh ngoba izolo lokhu bafika kimi bebedinga usizo |
| [02:24.68] | Ngabanika, kodwa mangibadinga aba-bo-nwa |
| [02:31.46] | Oh ngoba izolo lokhu bafika kimi bebedinga usizo |
| [02:35.76] | Ngabanika, kodwa mangibadinga aba-bo-nwa |
| [02:42.71] | Seng'ze ngasha nezwi ngimemeza (oh ngimemeza) |
| [02:48.94] | Ngimemeza (oh ngimemeza baba) |
| [02:52.42] | Kodwa akekh' osabelayo |
| [02:55.67] | Kodwa akekh' osabelayo |
| [02:57.81] | Sengize ngasha nezwi ng'memeza (oh ngimemeza) |
| [03:00.75] | Ngimemeza (oh ng'memeza baba) |
| [03:04.28] | Kodwa akekh' osabelayo |
| [03:06.63] | Kodwa makumemeza bona hhayi |
| [03:12.79] | I'm always there when they need me, |
| [03:14.95] | They need me, they need me ngiyasabela |
| [03:18.46] | Kodwa makumemeza bona hhayi |
| [03:24.61] | I'm always there when they need me, |
| [03:25.98] | They need me, they need me ngiyasabela |
| [03:29.97] | Makuwuwe ngikhala nawe |
| [03:34.59] | Makuyimi ngikhala ngedwa |
| [03:43.41] | Makuyimi ngikhala nawe |
| [03:50.80] | Makuyimi ngikhala ngedwa |
| [03:56.72] | Sengiqanjwe negama elisha |
| [04:02.69] | Thu "Mabizw' asabele" |
| [04:05.66] | Hlala nami Nkosi |
| [04:08.02] | Sengiqanjwe negama elisha weeh |
| [04:14.23] | Thu "Mabizw' asabele" |
| [04:17.45] | Tha angilifuni |
| [04:18.50] | Namhlanje kunje kunje kunje |
| [04:25.61] | Ingenxa yokulunga kwami |
| [04:28.84] | I care too much |
| [04:29.90] | Namhlanje kunje kunje kunjena nje |
| [04:37.44] | Ngenxa yokulunga kwami |
| [04:41.92] | I care too much |
| [04:45.47] |