[00:34.75] Seng'ze ngasha nezwi ngimemeza [00:39.87] Ngimemeza [00:43.32] Kodwa akekh' osabelayo [00:46.51] Sengize ngasha nezwi ngimemeza (oh ngimemeza) [00:51.61] Ngimemeza (oh ngimemeza baba) [00:55.64] Kodwa akekh' osabelayo [00:58.06] Kodwa makumemeza bona hhayi [01:03.62] I'm always there when they need me, [01:06.62] They need me, they need me ngiyasabela [01:09.84] Kodwa makumemeza bona hhayi [01:15.22] I'm always there when they need me, [01:16.57] They need me, they need me ngiyasabela [01:20.03] We bafethu kanti yini eyanenza ningasabeli [01:27.73] Eyanenza ningasabeli mangikhala nami [01:33.63] Bengithi izandla ziyagezana, ziyagezana [01:39.28] Bengithi izandla ziyagezana, ziyagezana [01:45.25] Oh kanti nginamanga, nginamanga, [01:47.69] Nginamanga, nginamanga ngiyazikhohlisa [01:50.84] Oh kanti nginamanga, nginamanga, [01:53.59] Nginamanga, nginamanga ngiyazikhohlisa mina [01:56.47] Ngingamane ngithemb' itshe, kunokuthi ngithembe umuntu [02:00.78] Ngoba umuntu uzokujikela ebusweni njengotshwala [02:07.98] Ngingamane ngithemb' itshe, k'nokuthi ngithembe umuntu [02:14.41] Ngoba umuntu uzokujikela ebusweni njengotshwala [02:20.13] Oh ngoba izolo lokhu bafika kimi bebedinga usizo [02:24.68] Ngabanika, kodwa mangibadinga aba-bo-nwa [02:31.46] Oh ngoba izolo lokhu bafika kimi bebedinga usizo [02:35.76] Ngabanika, kodwa mangibadinga aba-bo-nwa [02:42.71] Seng'ze ngasha nezwi ngimemeza (oh ngimemeza) [02:48.94] Ngimemeza (oh ngimemeza baba) [02:52.42] Kodwa akekh' osabelayo [02:55.67] Kodwa akekh' osabelayo [02:57.81] Sengize ngasha nezwi ng'memeza (oh ngimemeza) [03:00.75] Ngimemeza (oh ng'memeza baba) [03:04.28] Kodwa akekh' osabelayo [03:06.63] Kodwa makumemeza bona hhayi [03:12.79] I'm always there when they need me, [03:14.95] They need me, they need me ngiyasabela [03:18.46] Kodwa makumemeza bona hhayi [03:24.61] I'm always there when they need me, [03:25.98] They need me, they need me ngiyasabela [03:29.97] Makuwuwe ngikhala nawe [03:34.59] Makuyimi ngikhala ngedwa [03:43.41] Makuyimi ngikhala nawe [03:50.80] Makuyimi ngikhala ngedwa [03:56.72] Sengiqanjwe negama elisha [04:02.69] Thu "Mabizw' asabele" [04:05.66] Hlala nami Nkosi [04:08.02] Sengiqanjwe negama elisha weeh [04:14.23] Thu "Mabizw' asabele" [04:17.45] Tha angilifuni [04:18.50] Namhlanje kunje kunje kunje [04:25.61] Ingenxa yokulunga kwami [04:28.84] I care too much [04:29.90] Namhlanje kunje kunje kunjena nje [04:37.44] Ngenxa yokulunga kwami [04:41.92] I care too much [04:45.47]