| Ngiyazifela,noma bengathini ngawe mina ngiyagcwala ngawe | |
| Ngizohlala nawe ntsuku zonke ngizohlala ngingowakho | |
| Kudala bengitshela ngawe bengixwayisa sithandwa sami | |
| Ukunikela ngentlikziyo yami kuzongibangela usizi nje | |
| Angifun' ukuzwa lutho | |
| I cant help loving youx4 | |
| Ngizokumela, malanga onke ngizobas' eduze kwakho | |
| Kudala ngibatshela ngawe, | |
| Ngithi nguwe wedwa qha isokalami | |
| Futhi seng' qedile mina ukunikela ngothando lwami lonke | |
| Kodwa angifun' ukuzwa lutho | |
| I cant help loving youx4 | |
| I'm never,never gonna stop loving youx2 | |
| Never gonna stop said i'm never gonna stop | |
| Ngiyazifela, entlizweni yami nguwe wedwa | |
| Nabangani ngizobatshela,bazongi xolela | |
| Ngiyazi fela,fela fela fela yoh | |
| Ngiyazifela(sustaining)x5 |