|
Kodw'ujahele ni na |
|
Ngob'uzomthol'omunye |
|
Kodw'ungxamele ntoni na |
|
Ngob'uzomthol'omunye |
|
Kodw'ukhalela ntoni na |
|
Ngob'uzomthol'omunye |
|
Sewukhulum'amaganyana |
|
Sewuhlulwa nokuzibamba |
|
Yikho lokh'utatazela |
|
Sewukhulum'amaganyana |
|
Sel'uhlulwa nokuzibamba |
|
Yikho lokh'utatazela |
|
Kodwa yin'ukutatazela |
|
Awuyek'ukutatazela |
|
Kwadlal'ibhulukw'endodeni |
|
Yatatazela nans'indoda |
|
Kwadlal'ibhulukw'endodeni |
|
Iyatatazela nans'indoda |
|
Kwadlal'ibhulukw'endodeni |
|
Ubutatata nans'indoda |
|
Kodw'ujaheleni na |
|
Ngob'uzomthol'omunye |
|
Kodw'ungxamele ntoni na |
|
Ngob'uzomthol'omunye |
|
Kodw'ukhalelani na |
|
Ngob'uzomthol'omunye |
|
Sekukhulum'amaganyana |
|
Sewuhlulwa nokuzibamba |
|
Yikho lokh'utatazela |
|
Sewukhulum'amaganyana |
|
Sewuhlulwa nokuzibamba |
|
Yikho lokh'utatazela |
|
Kodwa yin'ukutatazela |
|
Awuyek'ukutatazela |
|
Kwadlal'ibhulukw'endodeni |
|
Iyatatazela nans'indoda |
|
Kwadlal'ibhulukw'endodeni |
|
Iyatatazela nans'indoda |
|
Kwadlal'ibhulukw'endodeni |
|
Ubutatata nans'indoda |
|
Kwadlal'ibhulukw'endodeni |
|
Iyatatazela nans'indoda |
|
Kwadlal'ibhulukw'endodeni |
|
Iyatatazela nants'indoda |