[00:03.66] Ngikhumbul' uma [00:08.45] Ak'savumi, uma [00:17.93] Ang'sakhoni [00:21.86] Ngikhumbul' uma [00:26.64] Ngith' ak'savumi [00:30.80] Ng'khumbul' uma [00:35.86] Sebeth' indod' endala kangaka ikhalel' umawayo [00:43.37] Tha, bafwethu ngek' ni-understand [00:45.91] Ndod' endala kangaka ikhalel' umawayo [00:52.48] Tha, bafwethu ngeke ni-understande [00:54.15] Uyojabula mang'fika [00:56.31] Athi uShembe uyaphila [00:58.74] Kule'ngozi zom'gwaqo mntanami ng'yajabula ufike usaphila [01:03.21] Beka i'khwama ke Msamu [01:05.48] Land' impepho kagogo erondweni [01:07.59] Ng'phahle, ngikhulume nabadala, ng'batshele usemagcekeni [01:12.49] Imvul' iyana emakhaya [01:14.59] Ses'phelile amakhaza [01:16.82] Mawubuy' eGoli, cel' ung'phathel' i-heater ngob' ngempela uzong'gcwaba [01:21.03] Yaz' uma, av'unamahlaya [01:23.78] Ngek' ushone ng'sak'thanda [01:26.05] K'yoba is'busiso kimi ukuthi ubekhona mawami mang'shada [01:31.04] Ngob' uyokwazi 'th'ukung'bonisa [01:35.50] Mase zing'buyela emshadweni [01:40.39] Ngoba uyokwazi 'th'ukung'duduza [01:44.62] Mase zing'buyela ng'thi emshadweni [01:49.28] Ang'sakhoni, ang'sakhoni, ang'sakhoni [01:53.25] Ngikhumbul' uma [01:58.22] 'Thi ang'sakhoni, ang'sakhoni, ang'sakhoni [02:02.41] Ngikhumbul' uma [02:07.42] Sebeth' indod' endala kangaka ikhalel' umawayo [02:14.89] Tha, bafwethu ngek' ni-understand [02:17.37] Ndod' endala kangaka ikhalel' umawayo [02:23.95] Tha, bafwethu ngek' ni-understand [02:25.54] Into eng'ythanda ngekhaya [02:28.11] Ukuthi ekhaya, ak'ngenwa ngemali [02:35.56] Noma ng'ngasebenzi umama ung'thanda ngingenani [02:44.50] Nom' umhlaba ungang'shaya uzong'thulisa athi, "mntanam' ungakhali" [02:53.98] 'Bukek' ukhathele, awuthi ngiland' ukudla baba hlalaphansi [03:02.26] Ang'sakhoni, ang'sakhoni, ang'sakhoni [03:06.38] Ngikhumbul' uma [03:11.34] Ang'sakhoni, ang'sakhoni, ang'sakhoni [03:15.69] Ngikhumbul' uma [03:20.43] Sebeth' indod' endala kangaka ikhalel' umawayo [03:27.85] Tha, bafwethu ngek' ni-understand [03:30.26] Ndod' endala kangaka ikhalel' umawayo [03:37.01] Tha, bafwethu ngek' ni-understand [03:39.75]